X

Umbono

Iminyaka 3 - 8

Iqanda Elingejwayelekile

 ibhalwe ngu Leo Lionni, imidwebo yenziwe ngu Leo Leonni

Kuwusuku olungajwayelekile esiqhingini sase Pebble kumaselesele amathathu emva kokuthi elilodwa lawo lithola iqanda elihle elimhlophe. Abakaze balibone iqanda lenkukhu ngaphambilini, kodwa banesiqiniseko ukuthi kuyilona leli. Kusenjalo, uma leliqanda selichamusela kuphume into ende eluhlaza, esidalwa emarholorholo, bavele bayibize… inkukhu! Funda ngobungozi bokuvele ugxambukele entweni ungacabanganga kabanzi ngayo.

Umbono

Iminyaka 3 - 8